Iziprofetho eziseBhayibhelini Ziyagcwaliseka Impela. Njengoba uNkulunkulu aprofetha ngo-Isaya ngokuthi hlobo luni lwempilo uJesu ayezophila, futhi ngoJosefa iminyaka eyisikhombisa yenala neminyaka eyisikhombisa yendlala, uNkulunkulu waprofetha ngombuso wezulu ozofika maduze.
Abantu Abaphila Ngokweziprofetho, Bekholelwa Izibusiso ZeZulu. Njengoba uJosefa enza amalungiselelo eminyaka eyisikhombisa yendlala ngoba wayekholelwa isiphrofetho sikaNkulunkulu, amalungu eBandla likaNkulunkulu aphila impilo yokubonga kunoma yisiphi isimo ngoba akholelwa ezibusisweni zasezulwini uKhristu Ahnsahnghong noNkulunkulu uMama abazobanika zona.
“ ‘Uyakwesula zonke izinyembezi emehlweni abo. Ukufa angeke kusaba khona; nokulila, nokukhala, nobuhlungu angeke kusaba khona, ngoba isimiso esidala sezinto sesidlulile.’ ” IsAmbulo 21:4
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha