Ngaphansi komthetho kaMose eThestamenteni Elidala, ababulali kwakufanele babulawe, kodwa labo ababulala umuntu ngengozi babephila uma bebalekela edolobheni lokuphephela. Nokho, indlela okuwukuphela kwayo yokuba babuyele emakhaya emindenini yabo kwakuwukufa kompristi omkhulu.
Umthetho wedolobha lokuphephela uyisimiso esiyisithunzi, esembula umhlaba womoya. Bonke abantu bayizoni ezigwetshwe ukufa ezulwini futhi zivalelwe kulo mhlaba, idolobha lokuphephela lomoya. Nokho, ngePhasika lesivumelwano esisha uJesu, uMpristi Omkhulu, alimisa ngokufa Kwakhe, singabuyela ekhaya lethu lomoya, umbuso wezulu.
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha